Sihlala kwelinye lamafulethi amancane esakhiweni esinezitezi eziningi enikeza indawo yokukhosela emindenini eminingi engadli izambhane likapondo. Kepha ilunga lomndeni obizwa nge Felis Domestica othathekile ngesakhiwo sethu angaba nezibalo ezindlula amalunga eHomo Sapiens. Ngoba lezilwanyana ezinezinyawo ezine namazipho ondile, ezingazishaya isifuba ngomzala babo- Amabhubesi, Amahlosi, amaLynx kanye namaOcelots azisabi muntu endaweni yethu. Inani elikhulayo lefeline elinezimpilo eziyisishiyaga lolunye ezinzipheni zawo likhathaza bonke abantu kodwa linikeza ihlaya kwabaningi.
Lamakati endaweni yethu anemithetho yawo eqinile ngendawo. Amagundwane enxenye ephansi, eyokuqala kanye neyesibili ahlala ehleli ezinxenyeni zawo ngaphandle kwama forays alambhile ekhishini eqe umugqa wokulawula. I-terrace ngokukhethekile ibekelwe abancane kanti ngalesosikhathi isetshensizwangama aristocrats aphuma e-erstwhile Siam ukukhotha umzimbha nokubhava elangeni. Amanye amakati amadoda athola indawana yokulala kahle lapho kungenandawo yokuthi kungene ikati khona, njenge ndawo yomlindi, lapho kungenzeka bathole isikephuseli silele. Nkulunkulu uphe lamakati isipho sezindawo ezimbili zezwi, elinye elokukhala bese elinye elokucula kanti amafeline ambalwa anendlela yokucula yokuqala endaweni yethu agcina abahlali bevukile ngolozolo lwabo ezikhathini ezikhethekile.
Abanye abahlali abafisa ukuhlanzeka njengekati bayacasuka uma lamakati agrey emosha izinto zabo. Okhozi phakathi kwabahlali babona sengathi lamakati kumele axoshwe nge ngomsila wekati obizwa i-o'nine. Kepha amadoves awakakethi alinde ukubona ukuthi amakati agxumela kuphi. Kodwake, asazi ukuthi ubani ozobizwa azoxhosha ikati!